Lena inoveli ikhuluma ngemfundo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokuba iNingizimu Afrika isizuze inkululeko. Uthi aqhathanise ukufunda okuzuzwe abasemadolobheni ekuqhathanisa nabasemakhaya. Nakuba lo mndeni umbhali abhale ngawo kungumndeni owodwa kepha abanye bathi uma sebefundile babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni esemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehluko omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemphakathini ngokubanzi.
This isiZulu Literature Prescribed Novel is CAPS Approved for Grade 12.
Publisher:
Maskew Miller Longman
Edition:
Scholar edition, 2015
ISBN:
9780636179172
Binding:
Soft cover
Dimensions
21,1 × 13,7 × 1,4 cm
Condition:
Very good, some wear around corners
R85
In Stock:
1